UMbalula uthe kubalulekile ukuba i-ANC ivuke izithathe KwaZulu-Natal, wathi uma i-ANC ingase ikwazi ukuvuka izithathe KwaZulu-Natal naseGauteng, ingakwazi ukunqoba ngamalengiso ukhetho.
Sekuqalwe uphenyo ngokuputshuka kwamaphepha akwa-matric, afaka iphepha lesiNgisi, iMaths kanjalo nelePhysical Science. Kumiswe abasebenzi bomnyango weMfundo eyisiSekelo, okusolwa ukuthi banesandla ...
Abadlali okubalwa kubona uYoane Wissa waseDemocratic Republic of Congo (DRC) odlala kwiNewcastle, Yves Bissouma weTottanham ...
U-Ouaddou uthe ubalulekile ukuthi bangawulahli umgqigqo wabo kuleli khefu ukuze baqhubeke nokufeza izifiso zabo ngale sizini.
UMQEQESHI weKaizer Chiefs, uBen Youssef Khalil, umile ekutheni leli qembu libe nenqubekela phambili kule sizini uma ...
Kushone abantu abayisikhombisa engozini enyantisayo eyenzeke ku-N12 phakathi kwase-Ogies naseMalahleni ngoMsombuluko ekuseni.
IZOFUNGISWA ngoLwesithathu indodakazi yomholi weMK, uJacob Zuma, uNksz Brumelda Zuma, ezovala isikhala esivuleke emva kokushiya kukadadewabo ePhalamende, uNkk Duduzile Zuma-Sambudla ...
UMLINGISI wodumo kuMuvhango, uTebogo Thobejane, ushaya amakhala ngokuphenduka isilomo ezinkundleni zokuxhumana kobeyisoka ...
UZOHLONISHWA ngendondo yeLifetime Achievement Award, emcimbini wesi-31 wamaSouth African Music Awards, umculi wokholo odlule ...
UMCULI wokholo uRebecca Malope, uthi kuveze uhlangothi lwakhe akade engalwazi ukubizwa azolingisa iziqephu ezimbalwa ...
UMLINGISI obebonakala ethola izindawo ezincane emidlalweni ehlukene kuleli uMondli Thusi, waseNewcastle, useveze ukuthi ...
UMENGAMELI weCosatu, uNksz Zingiswa Losi, uthe angeke beweseke umshoshaphansi wokugudluza umholi we-ANC, uCyril Ramaphosa ...